UMasipala wase Msunduzi
Appearance
(Redirected from Msunduzi Local Municipality)
UMasipala waseMsunduzi ungumasipala wendawo ngaphakathi kukaMasipala Wesifunda Umgungundlovu , esifundazweni saKwaZulu-Natali eNingizimu Afrika . Uhlanganisa isidlavela saseMgungundlovu , esiyikomkhulu laKwaZulu-Natali kanye nesizinda somnotho esikhulu sikaMasipala Wesifunda Umgungundlovu.
UMASIPALA WENDAWO WASEMSUNDUZI | |
---|---|
IZWE | iNingizimu Afrika |
ISIFUNDAZWE | KwaZulu-Natal |
ISIFUNDA | uMgungundlovu |
UMASIPALA | uMsunduzi Local Municipality |
Uhulumeni | |
• IMEYA | Mzimkhulu Thebolla |
Ubukhulu | |
• Jikelele | 649 km2 (251 sq mi) |
Inani labantu (2011) | |
• Jikelele | 618,536 |
• Iqulu | 950/km2 (2,500/sq mi) |
Izizwe eziwakhile (2011) | |
• AbaMnyama | 83.6% |
• AmaKhaladi | 2.2% |
• Abomdabu waseNdiya / Ama-Eshiya | 10.6% |
• Abamhlophe | 3.1% |
Izilimu (2011) | |
• isiZulu | 71.2% |
• isiNgisi | 15.9% |
• isiXhosa | 4.3% |
Isikhathi sendawo | SAST (UTC 2) |
Ikhodi yocingo | 033 |
|