Jump to content

John Kani

Mayelana Wikipedia

UKani wazalwa ngomhlaka 30 kuNcwaba ngonyaka ka 1942 eNew Brighton, kwelase dolobheni IPort Elizabeth esifundazweni sase Eastern Cape eNingizimu Afrika. Ngo 1975, ngemuva kokuvela emdlalweni ka U-Athol Fugard omelene nobandlululo "uSizwe Banzi ushonile" owabe eyingxinye yawo lowombhalo, kwelase Melika, uKani wabe esebuyela eNingizimu Afrika. Lapho athola ucingo oluthi uyise ufuna ukumbona. Endleleni eya khona, wazungezwa amaphoyisa amshaya futhi amshiya sengathi ufile. Iso lakhe lesobunxele lalahleka ngenxa yalesi sigameko, futhi manje ugqoke i-prosthesis engamehlo engilazi.